Sehlulamanye umuthi uyawuthaka wenze induku yokwenza imali Uyangena emthini yokugcaba emzimbeni ukuze wehlule eminye imithi osuke ugadlwa ngayo. Ibhande lokushaya or ibhande lesibhamu liyakhiwa lifakwe wona lomuthi
How to use usehlulamanye umuthi:Slindile Nyathi Ngibingele kulelikhaya lempilo ngicela usizo, ngisinqoba ngani isilwane esesikhiphe umkami laykhaya ngoba ecindezeleka ubusuku nemini, nakhu osekungixaka siyaxabana asinasisombululo njengoba Uma ecindezeleka anginaki kumina Kuba sengathi uyazinyakazela Uma ephaphama siyokuxabanela lokho kungenzi litho kwami Uma ecindezelekile osekukubi ungisola ngokuthi ngiyamubulala lapho anginancazelo enginayo yena uthi Uma ecindezeleka usuke engibona ngimuthwalisa inyoka nokumenza akholelwe ukuthi ngifuna ukumubulala ngithwale ngaye lokhu kuyangibulala emoyeni wami kuningi esekwenzekile sibulawa umama ongizalayo bgokuthola wafunga angeke saphelelana nomkami esaphila yena angikwazi ekumele ngikwenze ukuphuma kulesimo njengoba ngithola nokuthi mhla ngifaka abadala unama wayefaka izinto zakhe zokusilawula bgiyathola uthwebule izinhlanhla Kimi umkami umfuna eFile ngoba akusenzeki abekufuna okubuhlungu isixazululo anginaso kukho konke okwenzekayo nomkami akekho Nd akulungi lutho njengoba esengibona njengomubulalayo ngicela usizo lokhu kwenzeka nje angisebenzi lapho bengithola khona usizo bafuna R6000 wokuqinisa umuzi anginayo ngisho indibilishi le ngingubaba wabantwana abathathu ngiyalahlekelwa impilo yami ngexa yomzali okhohlakele okungenela Kabi kumina nomama wakwami as sengibonakala kwamina, usizo engiludinga kakhulu elokuxosha lesilwane okanye izilwane esezikhiphe umama wakwami, ukuqinisa ngivike okwenziwa umzali Kimi engifunela ukufa ngingabilutho ngyabonga ongaba besixazululo
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |